- 歌詞
- 專輯列表
Lil-A khumalo
-
Ezase kasi
Introduction!!!
(Choruse) Lezi ezase kansi Sigxoba I number sbali Si jumper to the left to the right Sibhenga Nabongane
Lezi ezase kansi Sigxoba I number ngane Nabo ngane bayatheleka masha Uma ungcwali
Verse 1 I flow yam yenza amanga Kushuty angikholakali Nabo ngane bahle blind Kushuty angibonakali Kule rap nginjengo moya Bathi angibonakali Njenge foni e off Ulahlekile awutholakali
Musa ukuba isilima lana Wena musa ukulala Siphethe nama cherry Bonke abantu abafuni ukulala Lil-A bathi u dope Bonke bayakhala Ngishaya ngesgubhu esdope Bonke bantu bayagcwala
Njengo 60 liter ehlombe Vele ngyanigqilaza Uzojaiva mabebeza Ufuna ukuhamba nami?
Ngi flower steady 更多更詳盡歌詞 在 ※ Mojim.com 魔鏡歌詞網 Njenge moto kumele ngishintse I gear Ngiphethe induku a All the time vele ngiyaba beater Ngikhipha I track e hot Baty ngibhala nange heater
Naaaa ma bebeza vele siyaba beater Bheka Eskoleni bakelile? Imina ngiyabavimba
Wowu ngipheth I knife Imina ngyaba killer Ikusa kusa imina u Wah Kushuty ngiyaba gila
Waaaaa kushuty I mina utshwala ngyabaginqa Ngu Lil-A khumalo Imina ngiyabaxina Bayi moto engena batry Bheka manje ngiyaba kicker
I flow yam baty I stady And impacable
This is for my momy And I got it on my father This what I do and I do it all day I'm Lil-A khumalo I gad the game all day That my slogan when I'm all about to rap man I blow my verse so tyt like the candy gal Bonke abantu bayangivuma Imaaa best rap Ngaqala ukwenza lento from Twenty zero seven
[Choruse]
Lezi ezase kansi Sigxoba I number sbali Si jumper to the left to the right Sibhenga Nabongane
Lezi ezase kansi Sigxoba I number ngane Nabo ngane bayatheleka masha Uma ungcwali
Verse 2
Imina ubhaka kule rap Usungangibiza inyanga Bangibiza unkosana Kushukuty ngiphethe I farm I flow ephuma e pharmacy Vele ngyabalapha Ngity kubo laba Ubani obengafebangalalanga?
Sibhenga left to the righ Sishona njenge langa
Ma bbeza woo Musa ukungijaha Naleli hips liyanglinga Nawe usuyahala You got a high hill Uphethe ziphi intaba ezi high
If you feel this hot track You better listern up Cause I do it for my fans Put your hands up! I style sam sihlukele Plus senza 1 Nawe usuyanyanya Ushintsha njalo njengo nwabu
Ngity angichomi angichwensi This is for my future Ngifuna ukudla lesdudla Ngimunce nane futha Ngity bonke abantu abeze Ngoba siyaduxuza Lil-A gad the game Sesiyahubuluza
Shout out to the CBH Mina ngenza amanga SMK my brother Kumele senze 1 R.O.C.K.Y my homie You better killem up
Imina utshwala kule rap Ngifika ngiyabawisa Bazokhala bazobhenga Thina siyazidumisa
Imina ugod kule rap bheka Iyangidumisa Uty u flower steady Kanti awuboni awungigculisi
Waaa kanti ubani othena wena winkinga Rap is just a easy thing Siyidla ne banisi
Wena ufuna I beef!!!!!! Phola mjita
This is what I do kuwo wonke lama jita Imina I heart kuleyo board Shuty ngi pamper I line
[Choruse]
Lezi ezase kansi Sigxoba I number sbali Si jumper to the left to the right Sibhenga Nabongane
Lezi ezase kansi Sigxoba I number ngane Nabo ngane bayatheleka masha Uma ungcwali
[Choruse]
Lezi ezase kansi Sigxoba I number sbali Si jumper to the left to the right Sibhenga Nabongane
Lezi ezase kansi Sigxoba I number ngane Nabo ngane bayatheleka masha Uma ungcwali
[Outro]
-
|